close
Jump to content

Ikhasi Elikhulu

Kubuya ku Wikipedia
Siyakwamukela kwiWikiphidiya yesiZulu,
Umthombo obalulekile ongahlelwa yiwo wonke umuntu.
Manje, sekunemibhalo eyizi- 12,262 ngesiZulu. Masiqale!

Isibhalwa esiqhakanjiswayo

iRiphabliki yaseNingizimu Afrika
iRiphabliki yaseNingizimu Afrika yizwe eliseningizimu ezwenikazi lase Afrika yaziwa ngokusemthethweni ngokuthi iRiphabliki yaseNingizimu Afrika. Ihlanganiswa amakhilomitha ayizi-2,798 agudle usebe lolwandle okuyi iNdiyeni kanye ne-Atlanthiki. Amazwe angomakhelwane ahlanganisa iNamibhiya, iButswana, iZimbabwe, Mozambiki kanye neSwatini; iLesotho iyizwe elincane elizungezwe yiNingizimu Afrika. Umengameli waseNingizimu Afrika ngu Mnz.Matamela Cyril Ramaphosa (okuningi).

Ingabe bewazi ukuthi...

Izifundazwe zaseNingizimu Afrika la sikhulunywa isiZulu khona.
IsiZulu singulimi lwamaZulu. Ngulimi lwesiNguni. Sikhulunywa eNingizimu Afrika ngabantu abayizi-10 677 305 (ukubala kwesizwe kwezi-2001) futhi siqondwa ngabantu abayizi-25000000. Lolu Limi lukhulunywa ngabantu abaningi esifundazweni saKwaZulu-Natali (okuningi...)

Amaqiniso...

Ukhisimusi.
Ukhisimusi isikhathi esiletha injabulo kubantu abaningi emhlabeni jikelele. Lesi sikhathi senza ukuba kube khona ukuhlangana nemindeni okudala yagcinana, kuhlalwe kuphunyulwe, futhi kuncokolwe. KumaKhrestu ukhisimusi usho usuku lapho uJesu Krestu azalwa ngalo. Uma sokusondele lesi sikhathi sibona ngemihlobiso emihle futhi ehlukahlukeni emigwaqeni, ezitolo, nasemakhaya. (okuningi...)

Izibhalwa ngokwezihloko

Izithombe eziqhakanjiswayo

BERJAYA
IGoli (IsiNgisi: Johannesburg) ilidolobha elikhulu eGauteng, IGoli libuye libizwe ngokuthi Kwandongaziyaduma noma eMsawawa. Idolobha elikhulu kunawo wonke kwelaseNingizimu Afrika. Igama lisho elithi iGoli lisusele egameni lesilungu elthi Gold noma igolide ngesiZulu, lisho ukuthi KwaGolide. EGoli yilapho umnotho omningi waseNingizimu Afrika uzinze khona.
Usizo ngokubhala

Wamukelekile ukuba ufunde ukuhlela izibhalwa kwiSandbox.

IWikiphidiya ngezinye izilimi

Amanye ama-Wikiphidiya amancane ngeziLimi zaseAfrika

IsiBhunu · Akan · አማርኛ · Bamanankan · Chi-Chewa · chiShona · chiTumbuka · Ɛʋɛ · Fulfude · Gĩkũyũ · هَوُسَ · Ìgbo · isiXhosa · Kinyarwanda · Kirundi · Kiswahili · Kongo · Lingala · Luganda · Malagasy · مصرى · Oromoo · Sängö · IsiSuthu · Setswana · SiSwati · Isindebele · Soomaaliga · Taqbaylit · ትግርኛ · IsiVenda · Twi · Wolof · Xitsonga · Yorùbá ·

(Uma udinga Ama-Wikiphidiya amakhulu, bheka ku-bar esesayidini)

Uhlu lwawo wonke amaWikiphidiya (List of all Wikipedias)