close
Jump to content

Ikhasi Elikhulu

Kubuya ku Wikipedia
Siyakwamukela kuWikiphidiya yesiZulu,
Umthombo obalulekile ongahlelwa yiwo wonke umuntu.
Manje, sekunezilotshwa eziyizi- 12,435 ngesiZulu. Masiqale!

Isibhalwa esiqhakanjiswayo

A man with a beard, wearing a checkered shirt, with his arms crossed.
Indoda ingumuntu wesilisa omdala. Igama elithi indoda libuye lisetshenziswe abesifazane abaganile lapho bekhuluma ngamadoda abo, besho abayeni babo, futhi libuye libe nomqondo osho umuntu onesibindi, onezikhwepha zokufeza izinto (ophambene nenina), kungakhathaliseki ubulili bakhe. Ngaphambi kokuthi umuntu angene esigabeni sobudoda, uqale abe ngumfana (indodana), adlulele esigabeni sokuba ibhonga noma ivuka (puberty stage) aqhubeke abe libhungu lapho eneminyaka elishumi nesithupha (16), bese kuthi lapho sekayinsizwa abizwe ngendoda okwengeziwe...

Ingabe bewazi ukuthi...

Umfanekiso oveza ukhwantalala

...Ukhwantalala luyisimo sengqondo somnyinyitheko nokuswaza ubuqhebeqhebe. Luhlasela abantu abangaba yizigidi ezingama-280 emhlabeni jikelele. Nokuthi luthinta imicabango yomuntu, ukuziphatha kwakhe, imizwa yakhe, kanye nomuzwa wenjabulo. ?


...IKwaZulu-Natali yisifundazwe saseNingizimu Afrika esaziwa nangokuthi KZN. Lesi sifundazwe saqanjwa ngonyaka we-1994, ngenkathi kuhlanganiswa isifundazwe iNatali esasibuswa ngamaBhunu kanye nesabelo saKwaZulu. ?

Amaqiniso...

BERJAYA
IQembu Lesizwe Lebhola Labesifazane laseNingizimu Afrika limele iNingizimu Afrika emdlalweni kanobhutshuzwayo yabesifazane yamazwe omhlaba. Igama eliteketiswa ngayo lithi Banyana Banyana. Leli qembu lingaphansi kwenhlangano eyangemele ibhola likanobhutshuzwayo yaseNingizimu Afrika eyaziwa ngokuthi yiNhlangano Kanobhutshuzwayo yaseNingizimu Afrika. (okwengeziwe...)

Izibhalwa ngokwezihloko

Izithombe eziqhakanjiswayo

BERJAYA
INdebe YoMhlaba yeFIFA yowezi-2026 kuzoba yiNdebe Yomhlaba ye-FIFA yama-23, umqhudelwano webhola likanobutshuzwayo labesilisa lamazwe omhlaba olwenzeka emva kweminyaka emine. Lo mqhudelwano uzoqala ngoJuni zili-11 kuya kuJulayi zili-19 wezi-2026. Lo mqhudelwano uzoba yiNdebe Yomhlaba yokuqala ye-FIFA ukusingathwa amazwe amathathu laseMelika, elaseMekisiko, neKhanada, futhi edlalwa amaqembu angama-48.
Usizo ngokubhala

Wamukelekile ukuba ufunde ukuhlela izibhalwa kwiSandbox.

IWikiphidiya ngezinye izilimi

Amanye ama-Wikiphidiya amancane ngeziLimi zaseAfrika

IsiBhunu · Akan · አማርኛ · Bamanankan · Chi-Chewa · chiShona · chiTumbuka · Ɛʋɛ · Fulfude · Gĩkũyũ · هَوُسَ · Ìgbo · isiXhosa · Kinyarwanda · Kirundi · Kiswahili · Kongo · Lingala · Luganda · Malagasy · مصرى · Oromoo · Sängö · IsiSuthu · Setswana · SiSwati · Isindebele · Soomaaliga · Taqbaylit · ትግርኛ · IsiVenda · Twi · Wolof · Xitsonga · Yorùbá ·

(Uma udinga Ama-Wikiphidiya amakhulu, bheka ku-bar esesayidini)

Uhlu lwawo wonke amaWikiphidiya (List of all Wikipedias)